top of page

Language

South Africa has 11 official languages. English is generally understood across the country, being the language of business, politics and the media. According to the 2011 census, Zulu, Xhosa, English, Setswana and Sesotho are the main languages. The remaining official languages are spoken at home by less than 5% of the population i.e. Afrikaans, Ndebele, Sepedi, Sign language, Siswati, Venda, Zitsonga.

IsiZulu with English Translation-A Discussion of Water Problems.

Two students discuss the situation:

 

JABU: Ubuwazi nje ukuthi amanzi ayabaphelela eKapa? 

  

Did you know  they are running out of water in Cape Town?

 

ZANDI:  Bathi  kusukela ngomhlaka May 11, usuku abalubiza ngo-Day Zero (usuku lokuphela), bonke ompompi bamanzi, emakhaya nasemisebenzini, bayovalwa ngenxa yokwesweleka kwamanzi.

 

They say that as of May 11, which they are calling Day Zero, the water taps for all homes and most businesses will be turned off due to a lack of water.

 

JABU: Kwenzeke kanjani lokhu?

How did this happen?

 

ZANDI: Kusukela ngonyaka ka-2015, sekube nesomiso esikhulu futhi esidonse isikhathi eside lapha eKapa. Kanti-ke futhi idolobha laseKapa lethembele emanzini emvula ukuthola amaphesenti angu-90 wamanzi abawadingayo.

 

There has been a severe, prolonged drought in Cape Town since 2015. And the city relies on rainwater for 90% of its water supply.

 

JABU: Bazokwenzenjani-ke? Abantu bazowathola kanjani amanzi?

What will they do? How will people get water?

 

ZANDI: Kuzoba nezindawo zokunikezela ngamanzi kodwa umndeni ngamunye uzobe uvunyelwe amalitha angu-25 kuphela ngosuku ukufeza zonke izidingo zokupheka nokuwasha.

 

There will be water distribution points but people will only be allowed a daily allotment per household of 25 litres of water for all their cooking and cleaning needs.

 

JABU: Hayi bo!!

Yikes!!

bottom of page